Kuthiwa kubhubhe abantu abane kwalimala kabi abanye ngesikhathi iveni yohlobo lweNissan ebilayishe abantu abangu-15 ...
UTshegofatso Mabasa naye umoshe ithuba elihle lokubeka iqembu lakhe phambili ngomzuzu ka-38, oshaye ishodi elibheke eceleni esebhekene nepali. Isiwombe sesibili siqale ngomfutho ongcono, womabili ...
IZINDLELA zokuzicijela imidlalo emikhulu sezithuthuke kakhulu ebholeni lesimanje kodwa kukhona imikhuba engashintshi ebholeni ...
IBANDLA lakwaShembe liyaziphendulela ebantwini abakhwele badilika kulo emuva kokusabalala kwezithombe zamalungu alo eshadelwa ...
USINGABABA (40) ugwetshwe udilikajele ngokudlwengula indodakazi (angayizali) eneminyaka engu-16 ubudala wayithelela ngesandulela-ngculaza. Kuvele enkantolo ngesikhathi kuqhubeka icala ukuthi umgilwa ...
KUHLOMULE iKaizer Chiefs ngombandela onzima wenkontileka yeqembu laseRussia, iFakel Voronezh, ebelidlalelwa nguThabo Cele ...
KUGQAME ukuhloniphana phakathi komqeqeshi we-Orlando Pirates, uJose Riveiro, noweKaizer Chiefs, uNasreddine Nabi, izolo ngesikhathi bekhuluma esithamgamini nabezindaba ngaphambi komdlalo weBetway ...
BAHALALISELE umrepha uZuluboy omemezele ukuthi useshadelwe eNew York lapho ebebonakala khona kulamasonto adlule.
USIHLALO nomqeqeshi we-JDR Stars, uNditsheni Nemasisi, ukholwa wukuthi yima sezizoqala okwangempela ukuyishuka imbodla ...
Sengihambe cishe amakhilomitha angaphezulu kuka-2000 ngayo kodwa angikaze ngisondele ku-4.4l/100km okuthiwa idla wona kubo kwayo. Ilokhu ihleli ku-5.6l/100km nokuyinto engakhalisi.
BAFUNA kubuye isasasa elaliba khona kudala uma kuzobhekana izingqungqulu zaseSoweto i-Kaizer Chiefs ne-Orlando Pirates ...
USIHLALO weRichards Bay FC, uSifiso “Jomo’’ Biyela, ulindele lukhulu kumdlali wasesiswini uMduduzi Mdantsane, abamboleke ...